{"id":13822,"date":"2022-12-22T12:09:14","date_gmt":"2022-12-22T12:09:14","guid":{"rendered":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/sabc\/?p=13822"},"modified":"2022-12-22T12:09:14","modified_gmt":"2022-12-22T12:09:14","slug":"ukhozi-fm-business-manager-christmas-message","status":"publish","type":"post","link":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/ukhozi-fm-business-manager-christmas-message\/","title":{"rendered":"UKHOZI FM BUSINESS MANAGER CHRISTMAS MESSAGE"},"content":{"rendered":"<p>Angiqale ngokubonga ukuthi nango 2022 ukhethe ukulalela umsakazo wakho oyintandokazi Ukhozi fm.<\/p>\n<p>Ungumlaleli nathi siyakulalela sizame ukukulethela izinhlelo ozozijabulela.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p>Kulonyaka isikhondlakhondla sihlanganise iminyaka engamashuni nesithupha nambili. Lokho kusho ukuthi ukubambisana kwethu sekuneminyaka; siyabonga ukusenza sihambe phambili yonke leminyaka.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p>Izinhlelo esikulethele zona kulonyaka kubalwa iConference yamadoda ngenyanga kaNtulikazi; iWinnie Mahlangu Female Presenter Search eyanqotshwa uLonda Mbatha ozoqala ukusakaza ngonyaka ozayo. Siphinde sakulethela iHigh Tea noLady D la esahlangana khona singabantu besimame sajabula kwaba njeya.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p>Asibakhohlwanga ababe nomshophi wokulahlekelwa izindlu ngezikhukhula.<\/p>\n<p>Ukhozi FM lubambisene nezinye izinhlangano lukwazile ukunikela ngokudla nezingubo zokugqoka.<\/p>\n<p>Asigcinanga lapho siphinde sakha nezindlu ebezidilikile ngoba ngempela Ukhozi fm luyanakekela.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p>Asithandi ukushiya muntu ebumnyameni<\/p>\n<p>Lokho kwenze ukuthi sihambe zonke izifundazwe sifundisa ngesiteshi sakho ezimbonini eziletha imali kulomsakazo.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p>Kuyimanje sesinyathela ngoShuni Wokhozi fm ngoba silubonile uthando onalo kwizimpahle ezinombhalo woKhozi fm. Sinyathela ngawo nakwiNyusivolume njengoba sithi umuntu akajabule ezibheke njengoba kuyi-festive.<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p>Sengiphetha, ngithanda ukubonga umlaleli woKhozi FM ngamunye ngamunye, abezimboni abaletha imali kuze siqhubeke sinisakazele, esibambisene nabo kuzo zonke izinhlelo, abaphathi be SABC, abasakazi boKhozi abaqavile ngokuzinikela ekwenzeni lonyaka ube impumelelo phezu kwazo zonke izingqinamba ebesihlangabezana nazo<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p>Nginifisela uKhisimusi omuhle; ofudumele; onothando; noxolo singene siphephile ku 2023<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n<p>Ngiyabonga<\/p>\n<p>&nbsp;<\/p>\n","protected":false},"excerpt":{"rendered":"<p>Angiqale ngokubonga ukuthi nango 2022 ukhethe ukulalela umsakazo wakho oyintandokazi Ukhozi fm. Ungumlaleli nathi siyakulalela sizame ukukulethela izinhlelo ozozijabulela. &nbsp; Kulonyaka isikhondlakhondla sihlanganise iminyaka engamashuni nesithupha nambili. Lokho kusho ukuthi ukubambisana kwethu sekuneminyaka; siyabonga ukusenza sihambe phambili yonke leminyaka. &nbsp; Izinhlelo esikulethele zona kulonyaka kubalwa iConference yamadoda ngenyanga kaNtulikazi; iWinnie Mahlangu Female Presenter Search eyanqotshwa [&hellip;]<\/p>\n","protected":false},"author":18,"featured_media":13823,"comment_status":"closed","ping_status":"closed","sticky":false,"template":"","format":"standard","meta":{"cybocfi_hide_featured_image":"","footnotes":"","_links_to":"","_links_to_target":""},"categories":[76],"tags":[],"_links":{"self":[{"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/posts\/13822"}],"collection":[{"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/posts"}],"about":[{"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/types\/post"}],"author":[{"embeddable":true,"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/users\/18"}],"replies":[{"embeddable":true,"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/comments?post=13822"}],"version-history":[{"count":1,"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/posts\/13822\/revisions"}],"predecessor-version":[{"id":13824,"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/posts\/13822\/revisions\/13824"}],"wp:featuredmedia":[{"embeddable":true,"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/media\/13823"}],"wp:attachment":[{"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/media?parent=13822"}],"wp:term":[{"taxonomy":"category","embeddable":true,"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/categories?post=13822"},{"taxonomy":"post_tag","embeddable":true,"href":"https:\/\/www.sabc.co.za\/sabc\/wp-json\/wp\/v2\/tags?post=13822"}],"curies":[{"name":"wp","href":"https:\/\/api.w.org\/{rel}","templated":true}]}}